Sithandwa sam', ngifuna wena (lovie wami)
Eduze kwam (bamb' isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Sithandwa sam', ngifuna wena (lovie wami)
Eduze kwam (bamb' isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal' ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel' unethezeke (bamb' isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal' ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel' unethezeke (bamb' isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Ngibon' umhlab' umile
Mawngekho ang'ncumile
Ngawe ngjabulile
Nedlozi livumile
Mina ngizobekezela, bekezela
Indlela inameva kepha sizophumelela
Kuwe ngizothembeka
Asisekh' isizathu sokbuyel' emva
Sithandwa sam', ngifuna wena (lovie wami)
Eduze kwam (bamb' isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Sithandwa sam', ngifuna wena (lovie wami)
Eduze kwam (bamb' isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal' ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel' unethezeke (bamb' isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal' ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel' unethezeke (bamb' isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Nom' ingqondo ingaphika
Ngoba kuningi kwenzekile
Kodwa inhliziyo yona eyakho
Oh nedlozi livumile
Bengicela wen' ubekezel', ubekezele (ooh)
Nendlela inameva kepha sizophumelela
Kuwe ngizothembeka
Asisekh' isizathu sokbuyel' emva
Sithandwa sam', ngifuna wena (lovie wami)
Eduze kwam (bamb' isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Sithandwa sam', ngifuna wena (lovie wami)
Eduze kwam (bamb' isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal' ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel' unethezeke (bamb' isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal' ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel' unethezeke (bamb' isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Tenha acesso a benefícios exclusivos no App e no Site
Chega de anúncios
Badges exclusivas
Mais recursos no app do Afinador
Atendimento Prioritário
Aumente seu limite de lista
Ajude a produzir mais conteúdo